Amazulu ayakumemezela ukulunga kwakhe, ngokuba uNkulunkulu ungumahluleli. Sela.
AmaHubo 50:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uzabiza amazulu phezulu kanye lomhlaba ukuthi ahlulele abantu bakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ubiza izulu ngaphezulu kanye nomhlaba ukuba ahlulele isizwe sakhe: IsiZulu 2020 Ubiza izulu ngaphezulu nomhlaba, ukuba ahlulele isizwe sakhe: |
Amazulu ayakumemezela ukulunga kwakhe, ngokuba uNkulunkulu ungumahluleli. Sela.
Phambi kobuso bukaJehova, ngokuba uyeza, ngokuba uyeza ukwahlulela umhlaba; Uyakwahlulela izwe ngobulungisa, nezizwe ngeqiniso lakhe.
phambi kukaJehova; ngoba Uyeza ukwahlulela umhlaba; Uyakwahlulela izwe ngobulungisa, nezizwe ngobuqotho.
Yizwani, mazulu, uzwe, wena mhlaba, ngokuba uJehova ukhulumile, wathi: “Ngondlile ngakhulisa abantwana, kodwa bangihlubukile.
Ngibiza izulu nomhlaba ukuba kufakaze ngani namuhla ukuthi ngibeke phambi kwenu ukuphila nokufa, isibusiso nesiqalekiso; khethani ukuphila, ukuze niphile wena nenzalo yakho.
Ngibuthele onke amalunga ezizwe zakho nezinceku zakho ukuba ngikhulume lawa mazwi ezindlebeni zabo, ngibize izulu nomhlaba ngokumelene nabo.
Ngifakaza kini namuhla izulu nomhlaba ukuthi niyakubhubha masinyane ezweni eniwela iJordani ukuya kulo ukulidla; aniyikuzandisa izinsuku zenu kulo, kepha niyakushaywa ngesiqalekiso.
Wenza ukuba uzwe izwi lakhe esezulwini ukuba anifundise; nasemhlabeni wanikhombisa umlilo wakhe omkhulu; nawezwa amazwi akhe ephakathi komlilo.