Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 50:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngiyazazi zonke izinyoni zasezintabeni, nezilwane zasendle zingezami.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngiyazazi zonke izinyoni zasezintabeni, nezilwane zasendle zaziwa yimi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngizazi zonke izinyoni ezisezintabeni, nezilwane zasendle zaziwa yimi.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 50:11
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngubani onika igwababa ukudla kwalo? lapho abancane bakhe bekhala kuNkulunkulu, bayazulazula ngokuswela ukudla.


Izinyoni zezulu ziyakuhlala kuzo, zihlabelele phakathi kwamagatsha.


Unika isilwane ukudla namazinyane amagwababa ekhala.


Nina nonke zilwane zasendle, wozani nizodla, yebo, nonke nina zilwane zehlathi.


Bhekani izinyoni zezulu, ngokuba azihlwanyeli, azivuni, azibutheli eziphaleni; nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Anizincono kakhulu na?


Bhekani amagwababa, ngokuba awahlwanyeli, awavuni; elingenazinqolobane nanqolobane; uNkulunkulu uyazondla; nina nizidlula kangakanani izinyoni na?