Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 5:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

Lalela izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngiyakukhuleka kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Yizwa izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngithandaza kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Yizwa izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngikhuleka kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 5:2
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha lalela umkhuleko wenceku yakho nokunxusa kwayo, Jehova Nkulunkulu wami, ukuba uzwe ukukhala nomkhuleko inceku yakho ewukhulekayo phambi kwakho namuhla.


UJehova uyinkosi kuze kube phakade naphakade; izizwe zabhubha ezweni lakhe.


(Ihubo lokudumisa likaDavide.) Ngiyakukubonga, Nkulunkulu wami, nkosi; ngiyakulidumisa igama lakho kuze kube phakade naphakade.


Ngambiza uJehova ngezwi lami, wangizwa esentabeni yakhe engcwele. Sela.


Wena uyiNkosi yami, Nkulunkulu; yala insindiso kaJakobe.


Wena ozwa umkhuleko, inyama yonke izakuza kuwe.


Ngoba uNkulunkulu uyiNkosi yami kusukela endulo owenza insindiso phakathi komhlaba.


Yebo, inkonjane ithole indlu, nenkonjane isidleke sayo, lapho ingabeka khona amazinyane ayo, okungukuthi ama-altare akho, Jehova Sebawoti, Nkosi yami, Nkulunkulu wami.


Ngokuba uJehova ungumahluleli wethu, uJehova unguMniki-mthetho wethu, uJehova uyinkosi yethu; uzosisindisa.


Walizwa izwi lami; ungafihli indlebe yakho ekuphefumuleni kwami, ekukhaleni kwami.