Inhliziyo yenkosi yase-Aramu yakhathazeka kakhulu ngale ndaba; wabiza izinceku zakhe, wathi kuzo: “Aniyikungibonisa yini ukuthi ubani kithi ongowenkosi yakwa-Israyeli na?
AmaHubo 48:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba bheka, amakhosi ayendawonye, adlula kanyekanye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba bheka, amakhosi abuthana; aqhubeka kanyekanye. IsiZulu 2020 Ngokuba amakhosi abuthana, aqhubeka kanyekanye. |
Inhliziyo yenkosi yase-Aramu yakhathazeka kakhulu ngale ndaba; wabiza izinceku zakhe, wathi kuzo: “Aniyikungibonisa yini ukuthi ubani kithi ongowenkosi yakwa-Israyeli na?
Khona-ke izithunywa zesizwe ziyoziphendula zithini? Ukuthi uJehova umisile iSiyoni, futhi abampofu babantu bakhe bayothembela kulo.
Ngalolo suku lesi sihlabelelo siyakuhlatshelelwa ezweni lakwaJuda; Sinomuzi oqinile; insindiso iyakubeka uNkulunkulu izindonga nezindonga.
Ezinsukwini zika-Ahazi indodana kaJothamu ka-Uziya inkosi yakwaJuda uResini inkosi yase-Aramu noPheka indodana kaRemaliya inkosi yakwa-Israyeli benyukela eJerusalema ukulwa nalo, kodwa akakwazanga ukukunqoba.
Sabanjwa isilo, kanye naso nomprofethi wamanga owenza izibonakaliso phambi kwaso, adukisa ngazo labo abamukela uphawu lwesilo, nabakhuleka emfanekisweni waso. Laba bobabili baphonswa besezwa echibini lomlilo elivutha isibabule.