Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 38:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngokuba iziphambeko zami zedlule phezu kwekhanda lami; njengomthwalo osindayo ziyangisinda.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngokuba iziphambeko zami zeqile phezu kwekhanda lami; njengomthwalo osindayo ziyangisinda.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngokuba iziphambeko zami zedlula ikhanda lami, zingisinda njengomthwalo onzima.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 38:4
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngathi: “O Nkulunkulu wami, nginamahloni, nginamahloni ukuphakamisa ubuso bami kuwe, Nkulunkulu wami, ngokuba iziphambeko zethu zandile phezu kwamakhanda ethu, neziphambeko zethu zikhule zaze zafika ezulwini.


Uyajeziswa ngobuhlungu embhedeni wakhe, nobuningi bamathambo akhe ngobuhlungu obunamandla;


Iziwula zicindezelwe iziphambeko zazo nangenxa yobubi bazo.


Ngokuba izinhlupheko ezingenakubalwa zingihaqile; ziningi kunezinwele zekhanda lami; ngalokho inhliziyo yami ingiphazamisile.


Uyobona umshikashika womphefumulo wakhe, asuthe; ngokwazi kwakhe uyakuyenza inceku yami elungileyo ilunge kakhulu; ngokuba uyakuthwala ububi babo.


Ijoka leziphambeko zami liboshwe ngesandla sakhe; Uwisile amandla ami, uJehova unginikele esandleni sabo, engingenakusukuma kubo.


Uma inyama yeminikelo yakhe yokuthula idliwa nokuncane ngosuku lwesithathu, ayiyikwamukeleka, futhi ayiyikubalelwa onikelayo; kuyakuba yisinengiso, nomphefumulo odlayo. Kuwo uyakuthwala ububi.


Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, mina ngizakuniphumuza.


Yena owathwala izono zethu emzimbeni wakhe emthini, ukuze thina sesifile ezonweni siphile ekulungeni, omivimbo yakhe naphulukiswa ngayo.