Ngokuba ngizigcinile izindlela zikaJehova, angisukanga kuNkulunkulu wami ngobubi.
AmaHubo 36:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Amazwi omlomo wakhe angububi nenkohliso; wayeka ukuhlakanipha nokwenza okuhle. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amazwi omlomo wakhe angukona nenkohliso; ukuyekile ukuhlakanipha nokwenza okulungileyo. IsiZulu 2020 Akusho ngomlomo wakhe wukona nenkohliso, ukuyekile ukwenza ukuhlakanipha nokwenza okuhle. |
Ngokuba ngizigcinile izindlela zikaJehova, angisukanga kuNkulunkulu wami ngobubi.
Wahamba ngendlela kayise u-Asa, akaphambukanga kuyo ngokwenza okulungile emehlweni kaJehova.
Umlomo wakhe ugcwele isiqalekiso nenkohliso nenkohliso; ngaphansi kolimi lwakhe kukhona okubi nokubi.
Labo abaphambukela ezindleleni zabo eziyisigwegwe, uJehova uyakubahola kanye nabenzi bobubi, kepha ukuthula kube phezu kuka-Israyeli.
Balola ulimi lwabo njengenyoka; isihlungu samabululu siphansi kwezindebe zabo. Sela.
Ngokuba akukho ukuthembeka emlonyeni wabo; ingaphakathi labo libi kakhulu; umphimbo wabo uyingcwaba elivulekileyo; bayathopha ngolimi lwabo.
Amazwi omlomo wakhe abushelelezi kunebhotela, kepha inhliziyo yakhe yayilwa; amazwi akhe ayethambile kunamafutha, nokho ayeyizinkemba ezihoshiwe.
Qondani nina bantu abayiziwula phakathi kwabantu, nani ziwula, niyakuhlakanipha nini na?
Ngokuba abantu bami bayiziwula, abangazi; bangabantwana ababuthakathaka, futhi abanakuqonda; bahlakaniphile ekwenzeni okubi, kepha ukwenza okuhle abakwazi.
Nabahlubukayo kuJehova; nalabo abangazange bamfune uJehova futhi abangabuzanga kuye.
Kodwa thina asisibo abokuhlehlela emuva ekubhujisweni; kodwa kwabakholwayo kube ngukusindiswa komphefumulo.
Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;
USamuweli wasesithi kuSawuli: Kangiyikubuya lawe, ngoba ulalile ilizwi leN kosi, njalo iN kosi ikulahlile ukuthi ungabi yinkosi phezu kukaIsrayeli.
USawuli wasesithi: Ngizamnika yena, ukuze abe lugibe kuye, abe yisandla samaFilisti phezu kwakhe. USawuli wasesithi kuDavida: Uzakuba ngumkhwenyana wami lamuhla kokukodwa kwakho kokubili.
USawuli wasesithi: Ngonile; buya, ndodana yami Davide, ngokuba angisayikukwenza okubi, ngokuba umphefumulo wami ubuyigugu emehlweni akho namuhla;