U-Abisalomu nabo bonke abantu, amadoda akwa-Israyeli, bafika eJerusalema, u-Ahithofeli enaye.
AmaHubo 3:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ihubo likaDavide, lapho ebalekela u-Abisalomu indodana yakhe. Jehova, yeka ukuthi baningi abangihluphayo; baningi abangivukelayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Hhawu, Jehova, ziningi izitha zami. Baningi abangivukelayo. IsiZulu 2020 Simakade, ziningi izitha zami. Baningi abangivukelayo. |
U-Abisalomu nabo bonke abantu, amadoda akwa-Israyeli, bafika eJerusalema, u-Ahithofeli enaye.
Bonisa umusa wakho omangalisayo, wena okhulula abathembela kuwe ngesandla sakho sokunene kulabo ababavukelayo.
Umfowabo uyakukhaphela umfowabo ekufeni, noyise umntwana, nabantwana bavukele abazali babo, bababulale.
Base bephendula abantu bonke, bathi: Igazi lakhe malibe phezu kwethu naphezu kwabantwana bethu.
Esebuthene onke lawo makhosi, eza amisa ngasemanzini aseMeromu ukuba alwe no-Israyeli.