Wathi: “Uma uJehova engakusizi, mina ngiyakukusiza ngani na?” esitezini noma emshinini wokukhandela?
AmaHubo 146:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ningathembeli ezikhulwini nasendodaneni yomuntu okungekho kuyo ukusiza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ningethembi ezikhulwini nasendodaneni yomuntu okungekho kuyo ukusiza. IsiZulu 2020 Ningathembeli ezikhulwini nasemadodaneni abantu, eningeke nathola lusizo kubo. |
Wathi: “Uma uJehova engakusizi, mina ngiyakukusiza ngani na?” esitezini noma emshinini wokukhandela?
Ngaleso sikhathi uHanani umboni weza ku-Asa inkosi yakwaJuda, wathi kuye: “Ngokuba wencika enkosini yase-Aramu, ungathembelanga kuJehova uNkulunkulu wakho, ngalokho impi yenkosi yase-Aramu yaphunyuka esandleni sakho isandla sakho.
Ngalolo suku, usho uJehova Sebawoti, isikhonkwane esibethelwe endaweni emisiwe siyakususwa, sinqunywe, siwe; nomthwalo owawukuyo kumelwe unqunywe, ngoba uJehova ukukhulumile.
AbaseGibithe bangabantu, abasiye uNkulunkulu; namahhashi abo ayinyama, awawona umoya. Uma uJehova eselula isandla sakhe, abasizayo bayakuwa, nabasizwayo bayakuwa, bahluleke kanyekanye.
U-Isaya wathi kubo: “Niyakusho kanje enkosini yenu: Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ungawesabi amazwi owazwileyo, izinceku zenkosi yase-Asiriya ezingihlebe ngawo.