Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 137:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

Singahlabelela kanjani isihlabelelo sikaJehova ezweni labezizwe na?

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Siyakuhlabelela kanjani ihubo likaJehova kwelinye izwe na?

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Siyakulihlabelela kanjani ihubo likaSimakade sikwelinye izwe na?

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 137:4
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

isikhathi sokukhala nesikhathi sokuhleka; isikhathi sokulila nesikhathi sokusina;


Ngalolo suku iNkosi uJehova Sebawoti yabiza ukukhala, nokulila, nempandla, nokubhinca izingubo zokulila.


Uzakuthi enhliziyweni yakho: Ngubani ongizalele lokhu, mina ngilahlekelwe ngabantwana bami, ngilahliwe, ngiyisibotshwa njalo ngizulazula? futhi ubani oveze lokhu? Bheka, ngisele ngedwa; laba, bebekuphi na?


Abanakunikela ngewayini kuJehova, futhi abayikumthokozisa; izisulu zabo ziyoba njengesinkwa sokulila kubo; bonke abakudlayo bayakuba ngabangcolile, ngokuba isinkwa sabo asiyikungena endlini kaJehova ngenxa yomphefumulo wabo.


Izihlabelelo zethempeli ziyakukhamuluka ngalolo suku, isho iNkosi uJehova: izidumbu ziyakuba ziningi endaweni yonke; bayozixosha ngokuthula.