UNkulunkulu wenza izinkanyiso ezimbili ezinkulu; ukukhanya okukhulu ukubusa emini nokukhanya okuncane ukubusa ebusuku; Wenza nezinkanyezi.
AmaHubo 136:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Inyanga nezinkanyezi ukuze abuse ebusuku, ngokuba umusa wakhe umi phakade. IBHAYIBHELI ELINGCWELE inyanga nezinkanyezi ukuba zibuse ebusuku, ngokuba umusa wakhe umi phakade; IsiZulu 2020 inyanga nezinkanyezi ukuba kubuse ebusuku, ngokuba umusa wakhe umi phakade; |
UNkulunkulu wenza izinkanyiso ezimbili ezinkulu; ukukhanya okukhulu ukubusa emini nokukhanya okuncane ukubusa ebusuku; Wenza nezinkanyezi.
Lapho ngibona amazulu akho, umsebenzi weminwe yakho, inyanga nezinkanyezi ozimisileyo;
Usho kanje uJehova, onika ilanga libe ngukukhanya emini, nezimiso zenyanga nezezinkanyezi zibe njengokukhanya ebusuku, odabula ulwandle ukuze kuhlokome amaza alo; NguJehova Sebawoti igama lakhe;