Owanqoba izizwe ezinkulu, wabulala amakhosi anamandla;
Washaya izizwe ezinkulu, wabulala amakhosi anamandla:
U-Israyeli wamshaya ngosiko lwenkemba, walidla izwe lakhe kusukela e-Arinoni kuze kube seJabhoki kubantwana bakwa-Amoni, ngokuba umkhawulo wabantwana bakwa-Amoni wawunamandla.
Bamnqoba yena namadodana akhe nabo bonke abantu bakhe, kwaze kwangasala muntu, balidla izwe lakhe.