Bheka, kwavela emva kwazo izinhlamvu eziyisikhombisa ezibunile, ezincane, zipheshulwa ngumoya wasempumalanga.
AmaHubo 129:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Mababe njengotshani ophahleni olubuna lungakakhuli; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Mababe njengotshani ophahleni, obubuna bungakakhuli. IsiZulu 2020 Mabafane notshani ophahleni, obubuna bungakakhuli. |
Bheka, kwavela emva kwazo izinhlamvu eziyisikhombisa ezibunile, ezincane, zipheshulwa ngumoya wasempumalanga.
Ngakho abakhileyo kuyo babeyingcosana, banqotshwa, bajabha; babenjengotshani basendle, nezitshalo eziluhlaza, notshani ophahleni, nokolweni opheshulwayo ungakakhuli.
Lapho ababi behluma njengotshani, nalapho bonke abenzi bobubi behluma; kungukuthi bayobhujiswa phakade.
Ngakho-ke babehlala emandleni amancane, bethuka, bajabha, baba njengotshani basendle, nezitshalo eziluhlaza, notshani ophahleni, nanjengokolweni opheshulwayo ungakahlumi.
Kwathi seliphumile ilanga, zahangulwa; futhi ngenxa yokuthi zazingelampande zabuna.