Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 119:168 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ngiyayigcina imiyalo yakho nobufakazi bakho, ngokuba zonke izindlela zami ziphambi kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngiyagcina iziyalezo zakho nobufakazi bakho, ngokuba izindlela zami zonke ziphambi kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Ngigcina iziyalezo zakho nemiyalo yakho, ngokuba izindlela zami zonke ziphambi kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 119:168
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba amehlo akhe aphezu kwezindlela zomuntu, futhi ubona zonke izindlela zakhe.


Uyahamba endleleni yami nombhede wami, futhi uyazazi zonke izindlela zami.


Imifula mayishaye ihlombe, amagquma ajabule kanyekanye


Ngokuba izindlela zomuntu ziphambi kwamehlo kaJehova, uyaziqaphela zonke izindlela zakhe.


Ukhona yini ongamfihla ezindaweni zokucasha ukuze ngingamboni? kusho uJehova. Angigcwalise izulu nomhlaba na? kusho uJehova.


Asikho isidalwa esingabonakali phambi kwakhe, kepha zonke izinto zíze, zivuliwe emehlweni alowo esizinda kuye.


Njalo ngizabulala abantwana bakhe ngokufa; namabandla onke ayakwazi ukuthi mina nginguye ohlola izinso nezinhliziyo;