Mhlawumbe uJehova uyakubheka usizi lwami, uJehova angibuyisele kahle namuhla ngesiqalekiso sakhe.
AmaHubo 119:132 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka kimi, ube nomusa kimi, njengalokho ujwayele ukwenza kwabathanda igama lakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bheka kimi, ube nomusa kimi njengokufanele abathanda igama lakho. IsiZulu 2020 Bheka ngakimi, ube nomusa kimi njengoba wenza kwabathanda iGama lakho. |
Mhlawumbe uJehova uyakubheka usizi lwami, uJehova angibuyisele kahle namuhla ngesiqalekiso sakhe.
Ngikhumbule, Jehova, ngokwentando yakho enhle kubantu bakho; ngihambele ngensindiso yakho;
Abantu bakholwa, sebezwile ukuthi uJehova ubahambele abantwana bakwa-Israyeli, nokuthi ulubonile usizi lwabo, bakhothama, bakhuleka.
Wenza isithembiso, wathi: “Jehova Sebawoti, uma ukhumbula ukuhlupheka kwencekukazi yakho nami, futhi ungayikhohlwa incekukazi yakho, kepha unike incekukazi yakho indodana, ngiyakumnika uJehova izinsuku zonke zezwe. Ukuphila kwakhe, nempuco ayiyikuwela ekhanda lakhe.