UJehova uyidwala lami nenqaba yami nomsindisi wami; uNkulunkulu wami, inqaba yami, engimethembayo; isihlangu sami nophondo lwensindiso yami nombhoshongo wami ophakeme.
AmaHubo 118:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova ungamandla ami nehubo lami, waba yinsindiso yami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova ungamandla ami nesihlabelelo sami, waba yinsindiso yami. IsiZulu 2020 USimakade ungamandla ami, nesihlabelelo sami, ube yinsindiso yami. |
UJehova uyidwala lami nenqaba yami nomsindisi wami; uNkulunkulu wami, inqaba yami, engimethembayo; isihlangu sami nophondo lwensindiso yami nombhoshongo wami ophakeme.
Ihubo likaDavide. UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami; ngizakwesaba bani? uJehova ungamandla okuphila kwami; ngizosaba bani?
Bheka, uNkulunkulu uyinsindiso yami; ngiyakwethemba, ngingesabi, ngokuba iNkosi uJehova ingamandla ami nehubo lami; waba yinsindiso yami.