U-Abisalomu wathumela wabiza u-Ahithofeli waseGiloni, umeluleki kaDavide, emzini wakubo eGilo, esanikela imihlatshelo. Uzungu lwaqina; abantu banda njalo ku-Abisalomu.
AmaHubo 109:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bangihaqa ngamazwi enzondo; walwa nami ngaphandle kwesizathu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bangizungeza ngamazwi enzondo; balwa nami, kungekho sizathu. IsiZulu 2020 Bangizungeza ngamazwi enzondo, balwa nami kungekho sizathu. |
U-Abisalomu wathumela wabiza u-Ahithofeli waseGiloni, umeluleki kaDavide, emzini wakubo eGilo, esanikela imihlatshelo. Uzungu lwaqina; abantu banda njalo ku-Abisalomu.
Ngokuba abakhulumi ukuthula, kepha baceba izindaba zenkohliso ngabanokuthula ezweni.
Ngokuba bangifihlele ngeze inetha labo emgodini, abawumbele umphefumulo wami ngaphandle kwesizathu.
Abangizondayo ngeze baningi kunezinwele zekhanda lami; labo ababefuna ukungibhubhisa, ngoba beyizitha zami, banamandla; ngase ngibuyisela lokho engingakuthathanga.
U-Efrayimi ungihaqile ngamanga, nendlu ka-Israyeli ngenkohliso, kepha uJuda usabusa noNkulunkulu, uthembekile kwabangcwele.
Wathi: “Inkosi yami ixoshelani inceku yayo kanje na?” ngenzeni noma buphi ububi obusesandleni sami?