AmaHubo 109:26 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngisize, Jehova Nkulunkulu wami, ngisindise ngokomusa wakho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngisize, Jehova Nkulunkulu wami, ngisindise ngokomusa wakho, IsiZulu 2020 Ngisize, Simakade Nkulunkulu wami, ngisindise ngokomusa wakho, |
Ngokuba izinhlupheko ezingenakubalwa zingihaqile; ziningi kunezinwele zekhanda lami; ngalokho inhliziyo yami ingiphazamisile.
Kumholi wokuhlabelela, u-Altashiti, uMikitamu kaDavide, ekubalekeni kwakhe uSawule emhumeni. Ngihawukele, Nkulunkulu, ngihawukele, ngokuba umphefumulo wami wethemba wena, yebo, emthunzini wesandla sakho. Amaphiko ngizophephela kuze kuphele lezi zinhlekelele.
Kepha mina, umkhuleko wami ukuwe Jehova, ngesikhathi esamukelekayo; O Nkulunkulu, ngilalele ngobubele bakho obukhulu, eqinisweni lensindiso yakho.
Owathi emihleni yenyama yakhe, lapho enikele imikhuleko nokunxusa ngokukhala okunamandla nezinyembezi kuye onamandla okumsindisa ekufeni, wezwiwa ngokwesaba kwakhe;