Uyawuvuselela umphefumulo wami, uyangihola ezindleleni zokulunga ngenxa yegama lakhe.
AmaHubo 109:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa Jehova, Jehova, ngenzela mina ngenxa yegama lakho; ngoba umusa wakho muhle, ngikhulule. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha wena Jehova, Nkosi yami, ngiphathe ngokwegama lakho; njengokuba umusa wakho ulungile, ngisindise. IsiZulu 2020 Kepha Wena Simakade, Nkosi yami, ngiphathe ngomusa ngenxa yegama lakho, njengokuba umusa wakho ulungile, ngisindise. |
Uyawuvuselela umphefumulo wami, uyangihola ezindleleni zokulunga ngenxa yegama lakhe.
Ngokuba wena uyidwala lami nenqaba yami; ngalokho ngiqondise ngenxa yegama lakho, ungiqondise.
Kepha mina ngimpofu, ngidabukile; insindiso yakho, Nkulunkulu, mayingiphakamisele phezulu.
Kodwa wena, Nkosi, unguNkulunkulu olesihawu lomusa, obekezelayo, omkhulu ngobubele leqiniso.
Ngokuba wena, Jehova, umuhle, ukulungele ukuthethelela; futhi kuvama umusa kubo bonke abakhuleka kuwe.
UJesu wakhuluma lokho, wayesephakamisela amehlo akhe ezulwini, wathi: “Baba, isikhathi sesifikile; khazimulisa iNdodana yakho, ukuze iNdodana yakho ikukhazimulise wena;