Wayesethi uGahali indodana ka-Ebedi: “Ngubani u-Abimeleki, ungubani uShekemi ukuba simkhonze na?” akayona indodana kaJerubali na? noZebhule induna yakhe? khonzani amadoda kaHamori uyise kaShekemi, ngokuba thina siyakumkhonza ngani na?
AbAhluleli 9:41 - Contemporary Zulu Bible 2024 U-Abimeleki wahlala e-Aruma; uZebhule wamxosha uGali nabafowabo, ukuba bangahlali eShekemi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Abimeleki wahlala e-Aruma; uZebule wamxosha uGali nabafowabo ukuba bangahlali eShekemi. IsiZulu 2020 U-Abhimelekhi wahlala e-Aruma, uZebhuli wamxosha uGali nezihlobo zakhe, ukuze bangaphinde bahlale eShekhemi. |
Wayesethi uGahali indodana ka-Ebedi: “Ngubani u-Abimeleki, ungubani uShekemi ukuba simkhonze na?” akayona indodana kaJerubali na? noZebhule induna yakhe? khonzani amadoda kaHamori uyise kaShekemi, ngokuba thina siyakumkhonza ngani na?
Kwathi uZebhule umbusi womuzi wezwa amazwi kaGayeli indodana kaEbedi, ulaka lwakhe lwavutha.
U-Abimeleki wamjaha, wabaleka phambi kwakhe; abaningi bawiswa belimele kwaze kwaba sekungeneni kwesango.