Ngalokho wambiza ngokuthi uJerubali ngalolo suku, wathi: “UBali makamelane naye, ngokuba badilizile i-altare lakhe.”
AbAhluleli 8:29 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJerubali, indodana kaJowashi, wahamba wahlala endlini yakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJerubali* indodana kaJowashi waya wahlala endlini yakhe. IsiZulu 2020 UJerubhali, indodana kaJowashi, wahamba wayohlala endlini yakhe. |
Ngalokho wambiza ngokuthi uJerubali ngalolo suku, wathi: “UBali makamelane naye, ngokuba badilizile i-altare lakhe.”
UJerubali, onguGideyoni, namadoda onke ayenaye, bavuka ekuseni, bamisa ngasemthonjeni waseHarodi; impi yamaMidiyani yayisenyakatho yabo ngasegqumeni laseMore esigodini.
Kanjalo amaMidiyani athotshiswa phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, kangangokuthi abazange baphinde baphakamise amakhanda abo. Izwe lathula iminyaka engamashumi amane emihleni kaGideyoni.
UJehova wathuma oJerubali noBedani noJefta noSamuweli wanikhulula esandleni sezitha zenu nxazonke, nahlala ngokulondeka.