Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 7:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

Wasehlukanisa abantu abangamakhulu amathathu aba izingxenye ezintathu, wabeka icilongo esandleni ngasinye, nezimbiza ezingenalutho nezibani phakathi kwezimbiza.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wahlukanisela amadoda angamakhulu amathathu izigaba ezintathu, wawanika, kwaba yileyo naleyo amacilongo ezandleni zawo, nezitsha ezingenalutho, nezimbaqa zisezitsheni.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Emveni kokuba amadoda angama-300 esewehlukanise amaviyo amathathu, wawanikeza amacilongo ezandleni zawo, nezitsha ezingenalutho nezihlonti phakathi ezitsheni.

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 7:16
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wabahlukanisela ebusuku, yena nezinceku zakhe, wabanqoba, wabaxosha kwaze kwaba seHoba elingakwesokhohlo saseDamaseku.


UDavide wathuma ingxenye yesithathu yabantu phansi kwesandla sikaJowabe, nengxenye yesithathu ngaphansi kwesandla sika-Abishayi indodana kaSeruya, umfowabo kaJowabe, nengxenye yesithathu ngaphansi kwesandla sika-Ithayi umGiti. Inkosi yasisithi ebantwini: Mina ngizaphuma lami lami.


Kepha le ngcebo sinayo ezitsheni zebumba, ukuze ubukhulu bamandla obumangalisayo bube obukaNkulunkulu, bungabi buvela kithi.


Kwathi uGideyoni esizwa indaba yephupho nokuchazwa kwalo, wakhuleka, wabuyela ebuthweni lakwa-Israyeli, wathi: “Sukumani! ngokuba uJehova unikele impi yakwaMidiyani esandleni sakho.


Wathi kubo: “Ngibhekeni, nenze ngokunjalo; bhekani, lapho ngifika eceleni kwekamu, nenze njengalokho ngenza.


Kwathi ngangomuso uSawule wabahlukanisa abantu baba izingxenye ezintathu; bangena phakathi kwempi ngomlindo wokusa, babulala ama-Amoni kwaze kwashisa ilanga.