Ngokuba uJehova wenza ukuba impi yama-Aramu izwe umsindo wezinqola nomsindo wamahhashi, yebo, umsindo wempi enkulu; bathi omunye komunye: “Bhekani, inkosi yakwa-Israyeli isiqashile amakhosi. AmaHeti namakhosi aseGibithe ukuba asehlele.
AbAhluleli 4:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wamsanganisa uSisera nazo zonke izinqola zakhe nempi yakhe yonke ngobukhali benkemba phambi kukaBaraki; uSisera wehla enqoleni yakhe, wabaleka ngezinyawo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wamngquzula uSisera nazo zonke izinqola zakhe nempi yakhe yonke ngosiko lwenkemba phambi kukaBaraki; uSisera wehlika enqoleni yakhe, wabaleka ngezinyawo. IsiZulu 2020 USimakade wamehlula ngenkemba uSisera nazo zonke izinqola zakhe zempi namabutho akhe phambi kukaBharaki, uSisera wehla enqoleni yakhe, wabaleka ngezinyawo. |
Ngokuba uJehova wenza ukuba impi yama-Aramu izwe umsindo wezinqola nomsindo wamahhashi, yebo, umsindo wempi enkulu; bathi omunye komunye: “Bhekani, inkosi yakwa-Israyeli isiqashile amakhosi. AmaHeti namakhosi aseGibithe ukuba asehlele.
Kepha uJehova uNkulunkulu wakho uyakuzinikela kuwe, azibhubhise ngokuceka okukhulu, zize zibhujiswe.
Ngisezakuthini futhi? ngoba isikhathi singaphela ngilandisa ngoGidiyoni, loBharaki, loSamsoni, loJefitha; ekaDavide, noSamuweli, neyabaprofethi;
UJehova wabavusa phambi kuka-Israyeli, wababulala eGibeyoni ngokuceka okukhulu, wabaxosha endleleni ekhuphukela eBeti Horoni, wababulala kwaze kwaba se-Azeka naseMakheda.
USamuweli esaletha umnikelo wokushiswa, amaFilisti asondela ukulwa no-Israyeli; banqotshwa phambi kukaIsrayeli.