Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 21:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

Abantwana bakwa-Israyeli basuka lapho ngaleso sikhathi, kwaba yilowo nalowo waya esizweni sakubo nasemndenini wakhe, baphuma lapho, kwaba yilowo nalowo waya efeni lakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Abantwana bakwa-Israyeli bamuka khona ngaleso sikhathi, yilowo nalowo waya esizweni sakhe nasemndenini wakhe, baphuma lapho, yilowo nalowo waya efeni lakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Abakwa-Israyeli behlukana lapho ngaleso sikhathi, ngezizwana nangemindeni, basuka lapho babuyela ezindaweni zabo.

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 21:24
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ekushoneni kwelanga kwaphuma isimemezelo phakathi kwebandla lonke, sithi: “Yilowo nalowo makaye emzini wakubo, kube yilowo nalowo ezweni lakubo.”


Abantwana bakwaBenjamini benza kanjalo, bazithathela abafazi ngokwenani labo kubadansi ababebathumbile; bahamba babuyela efeni labo, bakha imizi, bahlala kuyo.


Ngalezo zinsuku kwakungekho nkosi kwa-Israyeli; yilowo nalowo wenza okulungile emehlweni akhe.