UNkulunkulu wamdala umuntu ngomfanekiso wakhe, wamdala ngomfanekiso kaNkulunkulu; wabadala owesilisa nowesifazane.
AbAhluleli 21:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma oyise noma abafowabo beza kithi bezokhononda, siyakuthi kubo: ‘Yibani umusa ngenxa yethu, ngokuba asigcinanga, kube yilowo nalowo umkakhe empini, ngokuba anibanikanga bona ngalesi sikhathi; ukuthi uzakuba lecala. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kuyakuthi lapho oyise noma abanewabo befika ukuphikisana nathi, sithi kubo: ‘Sinikeni wona ngomusa, ngokuba asithathanga, kwaba yilowo nalowo umkakhe empini, futhi anibanikanga wona; khona ngabe nitholile icala.’ ” IsiZulu 2020 Uma befika oyise noma abafowabo bezokhononda kithi, siyothi kubo: ‘Yibani nomusa kubo, nibavumele bawathathe, ngokuba empini asiyitholelanga mfazi indoda ngayinye, kodwa nani anibanikanga amadodakazi enu, ngabe manje ninecala.’ ” |
UNkulunkulu wamdala umuntu ngomfanekiso wakhe, wamdala ngomfanekiso kaNkulunkulu; wabadala owesilisa nowesifazane.
Ngalolo suku uNowa, uShemi, noHamu, noJafete, amadodana kaNowa, nomkaNowa, nabafazi abathathu bamadodana akhe kanye nabo, bangena emkhunjini;
Nokho ngenxa yobufebe, yilowo nalowo makabe nowakhe umfazi, nalowo wesifazane abe neyakhe indoda.
Abantu bakwa-Israyeli bafunga eMispa, bathi: “Makungabikho kithina oyakunikela ngendodakazi yakhe kuBenjamini, ibe ngumkakho.”
UBenjamini wabuya ngaleso sikhathi; babanika abafazi ababebakhulise kubafazi baseJabeshi kwaGileyadi, kepha ababanelanga.
Kodwa kasiyikubanika abafazi bamadodakazi ethu, ngoba abantwana bakoIsrayeli bafunga besithi: Uqalekisiwe onika uBhenjamini umfazi.
Siyakwenza kanjani ngabafazi kwabaseleyo, thina safunga uJehova ukuthi asiyikuwanika amadodakazi ethu abe ngomkakho?