O Israyeli, wonile kusukela ezinsukwini zaseGibeya; lapho bema; ukulwa eGibeya ngokumelene nabantwana bobubi akubaficanga.
AbAhluleli 20:43 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bahaqa abakwaBenjamini nxazonke, babaxosha, babanyathela ngokukhululeka ngaseGibeya ekuphumeni kwelanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Babahaqa abakwaBenjamini nxazonke, babaxosha, babanyathela phansi endaweni yabo yokuphumula, baze bafika malungana neGibeya ngasempumalanga. IsiZulu 2020 Babazungeza abakwaBhenjamini nxazonke, babahubha, bababhuqabhuqa ngenkemba kwaze kwaba maqondana neGibheya, ngasempumalanga. |
O Israyeli, wonile kusukela ezinsukwini zaseGibeya; lapho bema; ukulwa eGibeya ngokumelene nabantwana bobubi akubaficanga.
Bazonakalisa ngokujulile njengasezinsukwini zaseGibeya; ngalokho uyakukhumbula ububi babo, ahambele izono zabo.
Kwawa kwaBenjamini amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili; bonke babengamadoda anesibindi.