Ukuze ngivivinye u-Israyeli ngabo uma bayakuyigcina indlela kaJehova ukuhamba ngayo njengalokho oyise bayigcina, noma qha.
AbAhluleli 2:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngalokho uJehova wazishiya lezo zizwe, angazixoshanga ngokuphangisa; futhi akabanikelanga esandleni sikaJoshuwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wayeseyeka lezo zizwe zingaxoshwa masinyane, futhi kazinikelanga esandleni sikaJoshuwa. IsiZulu 2020 USimakade wazishiya lezo zizwe, akaze azixosha kanyekanye, futhi kazinikelanga esandleni sikaJoshuwa. |
Ukuze ngivivinye u-Israyeli ngabo uma bayakuyigcina indlela kaJehova ukuhamba ngayo njengalokho oyise bayigcina, noma qha.
Lezi ziyizizwe uJehova azishiya ukuze avivinye u-Israyeli ngazo, wonke u-Israyeli owayengazazi zonke izimpi zaseKhanani;