Wayesethi uLabani: “Lelithemba namuhla liwubufakazi phakathi kwami nawe.” Ngalokho igama lawo lathiwa iGaledi;
AbAhluleli 10:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kwakhe kwavela uJayire wakwaGileyadi, wabusa u-Israyeli iminyaka engamashumi amabili nambili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kwakhe kwavela uJayire wakwaGileyadi, wamahlulela u-Israyeli iminyaka engamashumi amabili nambili. IsiZulu 2020 Emva kwakhe kwalandela uJayiri, umGileyadi, wehlulela u-Israyeli iminyaka engama-22. |
Wayesethi uLabani: “Lelithemba namuhla liwubufakazi phakathi kwami nawe.” Ngalokho igama lawo lathiwa iGaledi;
UMozisi wasesithi kubo: Uba abantwana bakoGadi labantwana bakoRubeni bechapha iJordani lani, bonke abahlomela ukulwa bazanqotshwa phambi kwe Nkosi lelizwe phambi kwenu; khona-ke kumelwe nibanike izwe lakwaGileyadi njengefa.
Wahola u-Israyeli iminyaka engamashumi amabili nantathu, wafa, wembelwa eSamiri.
Wayenamadodana angamashumi amathathu agibela amaesile angamashumi amathathu, benemizi engamashumi amathathu ebizwa ngokuthi iHavoti-Jayire kuze kube namuhla, esezweni lakwaGileyadi.