wamenza inkosi kwaGileyadi, naseAsiriya, naseJizreyeli, nakuEfrayimi, nakuBenjamini, nakuIsrayeli wonke.
AbAhluleli 1:32 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ama-Asheri ahlala phakathi kwamaKhanani ayakhe kulelo zwe, ngoba awazange awaxoshe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha ama-Asheri ahlala phakathi kwamaKhanani ayakhe kulelo zwe, ngokuba abawaxoshanga. IsiZulu 2020 kodwa abakwa-Asheri bahlala phakathi kwamaKhanani ayakhe kulelo lizwe, ngokuba abawaxoshanga. |
wamenza inkosi kwaGileyadi, naseAsiriya, naseJizreyeli, nakuEfrayimi, nakuBenjamini, nakuIsrayeli wonke.
U-Asheri naye akabaxoshanga abakhileyo e-Akgo nabakhe eSidoni, ne-Agilabi, ne-Agisibi, neHeliba, ne-Aphiki, neRehobe.
UNafetali akaxoshanga nabakhe eBeti Shemeshi nabakhe eBeti-anati; kepha wahlala phakathi kwamaKhanani akhileyo kulelo zwe; kepha abakhileyo eBeti Shemeshi naseBethanati baba ngabathelisi babo.