Wathi kuye: “Nginike isibusiso, ngokuba unginike izwe laseNingizimu; nginike nemithombo yamanzi. UKalebi wamnika imithombo yasenhla nemithombo yangezansi.
AbAhluleli 1:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Esefikile kuye, yamncenga ukuthi acele kuyise isiqephu sezwe; uKalebi wathi kuye: “Ufunani na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi ekufikeni kwakhe wamnxusa ukuba acele insimu kuyise; wehla embongolweni yakhe; uKalebi wathi kuye: “Ukhala ngani?” IsiZulu 2020 Wathi lapho efika kuye, wamnxusa ukuba acele insimu kuyise. Lapho ehla embongolweni yakhe, uKhalebhu wathi kuye: “Ufunani, na?” |
Wathi kuye: “Nginike isibusiso, ngokuba unginike izwe laseNingizimu; nginike nemithombo yamanzi. UKalebi wamnika imithombo yasenhla nemithombo yangezansi.