Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




2 Samuweli 8:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

Kwathi uThoyi inkosi yaseHamati esezwile ukuthi uDavida utshaye ibutho lonke likaHadadezeri,

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Lapho uThoyi inkosi yaseHamati ezwa ukuthi uDavide ushayile yonke impi kaHadadezeri,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

UThoyi, inkosi yaseHamathi, wezwa ukuthi uDavide uyinqobile yonke impi kaHadadezeri,

Uka jalj uñjjattʼäta



2 Samuweli 8:9
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJoramu indodana yakhe wayesethumela enkosini uDavide ukuyibingelela nokuyibusisa, ngokuba yayilwile noHadadezeri, yamnqoba; ngoba uHadadezeri wayelwile loThoyi. UJehoramu waletha izitsha zesiliva nezitsha zegolide nezitsha zethusi.


USolomoni wenza idili ngaleso sikhathi, no-Israyeli wonke enaye, ibandla elikhulu, kusukela ekuyeni eHamati kuze kube semfuleni waseGibithe, phambi kukaJehova uNkulunkulu wethu, izinsuku eziyisikhombisa nezinsuku eziyisikhombisa, izinsuku eziyishumi nane.


Kwathi uThowu inkosi yaseHamati esezwile ukuthi uDavida utshaye impi yonke kaHadadezeri inkosi yeZoba;


Wakha iTadimori ehlane, nayo yonke imizi yokugcina impahla ayakha eHamati.


Hambani niye eKaline, nibone; nisuke lapho, niye eHamati elikhulu; bese wehlela eGati lamaFilisti. Ingabe ingcono kunale mibuso? noma umngcele wabo mkhulu kunomngcele wakho?


Kusukela entabeni yaseHori niyakuphawula umkhawulo wenu kuze kufike ekuyeni eHamati; futhi ukuphuma komngcele kumelwe kube seSedadi.