UDavide wadabuka ngokuba uJehova efohla e-Uza; wabiza leyo ndawo ngokuthi iPheresi-susa kuze kube namuhla.
2 Samuweli 6:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 UDavide wamesaba uJehova ngalolo suku, wathi: “Umphongolo kaJehova uyakuza kanjani kimi na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE UDavide wamesaba uJehova ngalolo suku. Wathi: “Umphongolo kaJehova uyakuza kanjani kimi na?” IsiZulu 2020 Ngalolo lusuku, uDavide wamesaba uSimakade, wayesethi: “Umphongolo kaSimakade uyakuza kanjani kimi na?” |
UDavide wadabuka ngokuba uJehova efohla e-Uza; wabiza leyo ndawo ngokuthi iPheresi-susa kuze kube namuhla.
Kodwa ingabe uNkulunkulu uzophila ngempela emhlabeni? bheka, izulu nezulu lamazulu alinakukwanela; kakhulu kangakanani le ndlu engiyakhileyo?
Ngasengisithi: Maye kimi! ngoba sengiphelile; ngokuba ngingumuntu onezindebe ezingcolile, ngihlala phakathi kwabantu abazindebe zingcolile; ngokuba amehlo ami abonile iNkosi, uJehova Sebawoti.
Ngase ngesaba, ngaya ngalithukusa emhlabathini italenta lakho; bheka, usunakho okwakho.
Base bethi abantu baseBeti Shemeshi: “Ngubani ongema phambi kwalo Jehova uNkulunkulu ongcwele na?” futhi uyokwenyukela kubani esuka kithi?