Ngoba ngubani onguNkulunkulu ngaphandle kukaJehova? Ngubani oyidwala ngaphandle kukaNkulunkulu wethu na?
2 Samuweli 22:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi: “UJehova uyidwala lami, nenqaba yami, nomsindisi wami; IBHAYIBHELI ELINGCWELE wathi: “UJehova uyidwala lami, nenqaba yami, nomkhululi wami; IsiZulu 2020 wathi: “USimakade uyidwala lami, nenqaba yami, nomkhululi wami. |
Ngoba ngubani onguNkulunkulu ngaphandle kukaJehova? Ngubani oyidwala ngaphandle kukaNkulunkulu wethu na?
UNkulunkulu kaIsrayeli wathi: Idwala likaIsrayeli lakhuluma kimi, lathi: Obusa abantu uzakuba ngolungileyo, abuse ngokumesaba uNkulunkulu.
Umusa wami nenqaba yami; umbhoshongo wami ophakeme nomsindisi wami; isihlangu sami nalowo engimethembayo; othobisa abantu bami phansi kwami.
Ngokuba wena uyidwala lami nenqaba yami; ngalokho ngiqondise ngenxa yegama lakho, ungiqondise.
Ngizakuthi kuNkulunkulu, idwala lami: Ungikhohlweleni? ngiyakulilelani ngokucindezelwa kwesitha na?
Yiba yindawo yami yokuhlala yaphakade engingaphephela kuyo njalonjalo; Wayala ukuba ngisindise; ngokuba wena uyidwala lami nenqaba yami.
Igama likaJehova lingumbhoshongo onamandla; olungileyo ugijimela kuwo, alondeke.
Nami ngithi kuwe: Wena unguPetru, phezu kwalelidwala ngiyakulakha ibandla lami; futhi amasango esihogo ngeke alinqobe.
Uyidwala, umsebenzi wakhe uphelele, ngokuba zonke izindlela zakhe ziwukulunga; uNkulunkulu weqiniso ongenabubi, ulungile, ulungile yena.
Akakho onjengoJehova, ngokuba akakho omunye ngaphandle kwakho, futhi alikho idwala elinjengoNkulunkulu wethu.
USawuli labantu bakhe laye bahamba ukuyamdinga. Bamtshela uDavide, bathi: “Wafika edwaleni, wahlala ehlane laseMawoni. USawule ekuzwa lokho wamxosha uDavide ehlane laseMahoni.
USawule wayesethatha amadoda ayizinkulungwane ezintathu akhethiweyo kuye wonke u-Israyeli, wahamba wayofuna uDavide namadoda akhe emadwaleni ezimbuzi zasendle.