Ngakho uHanuni wabamba izinceku zikaDavide, waphucula ingxenye yesilevu sazo, wasika izingubo zazo phakathi kwaze kwafika ezinqeni zazo, wazimukisa.
2 Samuweli 10:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho bemtshela uDavide, wathumela ukuwahlangabeza, ngokuba amadoda ayenamahloni kakhulu; inkosi yathi: Hlalani eJeriko, zize zihlume izindevu zenu, bese nibuya. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lapho sebemtshela uDavide lokho, wathumela ukuzihlangabeza, ngokuba ayenamahloni kakhulu lawo madoda. Yathi inkosi: “Hlalani eJeriko, zize zihlume izilevu zenu, bese nibuya.” IsiZulu 2020 Kwathi lapho bembikela uDavide ngalokho, wathumela ukuba zihlangatshezwe, ngokuba lawo madoda ayehliswe isithunzi kakhulu. Yathi inkosi: “Hlalani eJerikho, zize zihlume izilevu zenu, bese nibuya.” |
Ngakho uHanuni wabamba izinceku zikaDavide, waphucula ingxenye yesilevu sazo, wasika izingubo zazo phakathi kwaze kwafika ezinqeni zazo, wazimukisa.
Babona oonyana baka-Amoni ukuthi bazinukisile phambi kukaDavide, oonyana baka-Amoni bathumela baqasha ama-Aram aseBetirehobhi nama-Aram aseTsobha, amadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili angumqikela;
Ezinsukwini zakhe uHiyeli waseBethele wakha iJeriko; wabeka isisekelo salo ngo-Abiramu, izibulo lakhe, wamisa amasango alo ngoSegubi indodana yakhe encane, njengezwi likaJehova alikhuluma enkonzweni kaJoshuwa, indodana kaNuni.
Khona-ke abanye abantu bahamba bamtshela uDavide ngokukhonzwa kwamadoda. Wathumela ukuwahlangabeza, ngokuba amadoda ayenamahloni kakhulu. Inkosi yasisithi: Hlalani eJeriko zize zikhule intshebe zenu, beselibuya.
IJeriko lalivaliwe ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli; akuphumi muntu kungangeni muntu.