Wathi: “Uma ama-Aramu engihlula, uyakungisiza; kepha uma abantwana bakwa-Amoni benamandla kunawe, ngiyakuza, ngikusize;
2 Samuweli 10:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Abanye abantu wabanikela esandleni sika-Abishayi umfowabo, ukuze abamise ukulwa nabantwana bakwa-Amoni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE abantu abaseleyo wababeka esandleni sika-Abishayi umfowabo, wabahlela ukuba balwe nabantwana bakwa-Amoni. IsiZulu 2020 Amabutho aseleyo wawashiya esandleni sika-Abhishayi, umfowabo, wawathuma ukuba ayokulwa nabakwa-Amoni. |
Wathi: “Uma ama-Aramu engihlula, uyakungisiza; kepha uma abantwana bakwa-Amoni benamandla kunawe, ngiyakuza, ngikusize;
Lapho uJowabe ebona ukuthi impi yayiphambi kwakhe ngaphambili nangasemuva, wakhetha kubo bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, wabahlela ngokumelene nama-Aramu.
UDavide wathuma ingxenye yesithathu yabantu phansi kwesandla sikaJowabe, nengxenye yesithathu ngaphansi kwesandla sika-Abishayi indodana kaSeruya, umfowabo kaJowabe, nengxenye yesithathu ngaphansi kwesandla sika-Ithayi umGiti. Inkosi yasisithi ebantwini: Mina ngizaphuma lami lami.
U-Abishayi umfowabo kaJowabe indodana kaSeruya wayeyinhloko yabathathu. Yena waphakamisela abangamakhulu amathathu umkhonto wakhe, wababulala, waba negama phakathi kwabathathu.
U-Abishayi indodana kaSeruya wakwa-Edomi esiGodini sikaSawoti wabulala izinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili.
Emva kwalokho wafa uNahashe inkosi yoonyana baka-Amoni, indodana yakhe yaba yinkosi esikhundleni sakhe.