Ngema phezu kwakhe, ngambulala, ngokuba ngangazi ukuthi akayikuphila emva kokuwa kwakhe; ngase ngithatha umqhele owawusekhanda lakhe nesongo elisengalweni yakhe ngakuletha lapha enkosini yami.
2 Samuweli 1:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wabuye wathi kimi: “Yima phezu kwami, ungibulale, ngokuba usizi lungehlele, ngokuba umphefumulo wami usaphelele kimi.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Wathi kimi: ‘Ake ume ngakimi, ungibulale, ngokuba ngishaywe yisiyezi, nokuphila kusekhona kimi.’ IsiZulu 2020 “Wathi kimi: ‘Ake ume ngakimi, ungibulale, ngokuba ngiphethwe yisiyezi, nakuba ngisaphila.’ |
Ngema phezu kwakhe, ngambulala, ngokuba ngangazi ukuthi akayikuphila emva kokuwa kwakhe; ngase ngithatha umqhele owawusekhanda lakhe nesongo elisengalweni yakhe ngakuletha lapha enkosini yami.
USawule wayesethi odibini lwezikhali zakhe: “Hosha inkemba yakho, ungigwaze ngayo; hlezi laba abangasokile beze banginukubeze. Kodwa umthwali wezikhali zakhe wala; ngoba wayesaba kakhulu. USawuli wasethatha inkemba wawela phezu kwayo.
Ngalezo zinsuku abantu bayakufuna ukufa, kepha abayikukuthola; bayakufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekela.
Wayeseshesha wabiza udibi lwezikhali zakhe, wathi kulo: “Hosha inkemba yakho, ungibulale, ukuze abantu bangasho ngami ukuthi: ‘Ubulewe ngowesifazane.’ Nensizwa yakhe yamphusha washona.
USawule wayesethi odibini lwezikhali zakhe: “Hosha inkemba yakho, ungigwaze ngayo; funa laba abangasokile bafike bangibhoboze bangithuke. Kodwa umthwali wezikhali zakhe wala; ngoba wayesaba kakhulu. Ngakho uSawule wathatha inkemba wawela phezu kwayo.