1 Samuweli 7:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 USamuweli wahola u-Israyeli zonke izinsuku zokuhamba kwakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE USamuweli wahlulela u-Israyeli zonke izinsuku zokuhamba kwakhe. IsiZulu 2020 USamuweli wehlulela u-Israyeli zonke izinsuku zokuphila kwakhe. |
USamuweli wasesithi kuIsrayeli wonke: Khangelani, ngilalele ilizwi lenu kukho konke elakutsho kimi, njalo ngilibekile inkosi phezu kwenu.
UJehova wathuma oJerubali noBedani noJefta noSamuweli wanikhulula esandleni sezitha zenu nxazonke, nahlala ngokulondeka.
Wafa uSamuweli; bonke abantwana bakwa-Israyeli babuthana, bamlilela, bammbela endlini yakhe eRama. UDavide waqeda, wehlela ehlane lasePharanu.
Wayehamba iminyaka ngeminyaka eya eBhethele, naseGiligali, naseMispa, waqondisa u-Israyeli kuzo zonke lezo zindawo.
Basebebuthana eMispa, bakha amanzi, bawathulula phambi kweNkosi, bazila ukudla ngalolosuku, bathi lapho: Sonile eNkosini. USamuweli wayala abantwana bakwa-Israyeli eMispa.