Ijaha elamtshela lathi: “Ngathi ngifika entabeni yaseGilibowa, bheka, uSawule wayeme ngomkhonto wakhe; bheka, izinqola nabamahhashi bamxosha kanzima.
1 Samuweli 6:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bhekani, uma ikhuphuka ngendlela isuka ogwini lwakubo, iye eBeti Shemeshi, usenze lobu bubi obukhulu; kepha uma kungenjalo, sizokwazi ukuthi akusona isandla sakhe esisishayileyo; kwakuyithuba elenzeke kithi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Anobona, uma yenyuka ngendlela yasemkhawulweni wayo ukuya eBeti Shemeshi, nguye osenzele lobo bubi obukhulu; kepha uma kungenjalo, siyakwazi ukuthi akusiso isandla sakhe esisishayileyo; sehlelwa ingozi nje.” IsiZulu 2020 Bhekani, uma zenyuka nawo ngendlela esemngceleni waseBhethi Shemeshi, yazini ukuthi nguNkulunkulu ka-Israyeli osehlisele lobo bubi obukhulu. Uma kungenzeki kanjalo, kuyobe sehlelwe yingozi nje.” |
Ijaha elamtshela lathi: “Ngathi ngifika entabeni yaseGilibowa, bheka, uSawule wayeme ngomkhonto wakhe; bheka, izinqola nabamahhashi bamxosha kanzima.
indodana kaDekari, eMakashi, naseSalibhimi, naseBeti Shemeshi, nase-Eloni-Betanan;
Khona uJowashi inkosi yakwa-Israyeli wenyuka; babonana ubuso nobuso, yena no-Amasiya, inkosi yakwaJuda, eBeti Shemeshi lakwaJuda.
Kodwa uFaro esebonile ukuthi sekuphuzile, wayenza lukhuni inhliziyo yakhe, kabalalelanga; njengokutsho kweNkosi.
Ngabuya ngabona phansi kwelanga ukuthi ukugijima akusikho okwabanejubane, nokulwa akukho kwabanamandla, nesinkwa ngabahlakaniphileyo, nengcebo ingeyabantu abanengqondo,
Nkosi, uma isandla sakho siphakeme, abayikukubona; yebo, umlilo wezitha zakho uyakuziqeda.
Kungashaywa icilongo emzini futhi abantu bangesabi? kuyakuba khona okubi emzini uJehova engakwenzanga na?
Ha etsahala hore moprista e mong a theohe ka tsela eo, mme yare ha a mmona, a mo kwela.
Umkhawulo wasuka eBhahala ngasentshonalanga, waya entabeni yaseSeyiri, wadlulela eceleni kweNtaba iJeharimi eyiKesaloni ngasenyakatho, wehlela eBeti Shemeshi, wadlulela eThimna;
ne-Ayini namadlelo alo, neJuta namadlelo alo, neBeti Shemeshi namadlelo alo; imizi eyisishiyagalolunye kulezo zizwe ezimbili.
Amadoda enza njalo; athatha izinkomo ezimbili ezanyisayo, azibophela enqoleni, azivalela amathole azo endlini.
Izinkomo zahamba ngendlela eqondile endleleni yaseBeti Shemeshi, zahamba ngendlela ephakeme, zisatshekile, aziphendukanga ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo; izikhulu zamaFilisti zawalandela, zaze zafika emkhawulweni waseBeti Shemeshi.
Bathi: “Uma niwumukisa umphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli, ningawuthumi uze; kodwa noma kunjalo nimbuyisele umnikelo wecala; khona-ke niyakuphiliswa, futhi nizokwaziwa kini ukuthi kungani isandla sakhe singasuswanga kini.