Ihubo likaDavide ekuguquleni kwakhe ukuziphatha kwakhe phambi kuka-Abimeleki owamxosha, wahamba. Ngiyakumbonga njalo uJehova; udumo lwakhe luyakuba semlonyeni wami njalo.
1 Samuweli 21:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Izinceku zika-Akhishi zathi kuye: “Lo akasiye uDavide inkosi yezwe na? Abahlabelelanga yini ngaye, ngokuthi: “USawule ubulele izinkulungwane zakhe, uDavide amashumi ezinkulungwane zakhe na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izinceku zika-Akhishi zathi kuye: “Lo akasiye uDavide, inkosi yezwe, na? Abavumelananga yini ngaye omunye nomunye, besina bethi: “ ‘USawule ubulele izinkulungwane zakhe, kepha uDavide izinkulungwane zakhe eziyishumi,’ na?” IsiZulu 2020 Izinceku zika-Akhishi zathi kuye: “Lo akusiye yini uDavide, inkosi yezwe na? Kanti akusiye yini ababecula ngaye, besina, bethi: “ ‘USawule ubulale izinkulungwane zakhe, kodwa uDavide izinkulungwane zakhe zilishumi,’ na?” |
Ihubo likaDavide ekuguquleni kwakhe ukuziphatha kwakhe phambi kuka-Abimeleki owamxosha, wahamba. Ngiyakumbonga njalo uJehova; udumo lwakhe luyakuba semlonyeni wami njalo.
UJehova wasesithi kuSamuweli: Koze kube nini ulilela uSawuli, mina ngimalile ukuthi abuse phezu kukaIsrayeli? Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe, ngiyakuthuma kuJese waseBetlehema, ngokuba ngizilungisele inkosi phakathi kwamadodana akhe.
UDavide wayesebaleka, waphunyuka, wafika kuSamuweli eRama, wamtshela konke uSawule abekwenzile kuye. Yena noSamuweli bahamba, bahlala eNajoti.
UDavida wasesithi enhliziyweni yakhe: Ngolunye usuku ngizabhubha ngesandla sikaSawuli; uSawule uyakudangala ngami ukungifuna ezindaweni zonke zakwa-Israyeli; ngakho ngiyakuphunyuka esandleni sakhe.
UDavida waseqeda yena, njalo yena labantu abangamakhulu ayisithupha ababelaye wasuka waya kuAkhishi indodana kaMagogi inkosi yeGathi.
Akuyena yini uDavide abahlabelela ngaye ekusineni, bathi: “USawule ubulele izinkulungwane zakhe, uDavide amashumi ezinkulungwane zakhe na?”