Kodwa inkosi yamyeka uMefibosheti indodana kaJonathani indodana kaSawule ngenxa yesifungo sikaJehova esasiphakathi kwabo phakathi kukaDavide noJonathani indodana kaSawule.
1 Samuweli 18:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJonathani noDavide benza isivumelwano, ngokuba wayemthanda njengomphefumulo wakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE OJonathani noDavide benza isivumelwano, ngokuba wamthanda njengenhliziyo yakhe. IsiZulu 2020 UJonathani noDavide benza isivumelwano, ngokuba uJonathani wamthanda njengoba ezithanda yena. |
Kodwa inkosi yamyeka uMefibosheti indodana kaJonathani indodana kaSawule ngenxa yesifungo sikaJehova esasiphakathi kwabo phakathi kukaDavide noJonathani indodana kaSawule.
Umuntu onabangane kumelwe abe nobungane; futhi kukhona umngane onamathela ngaphezu komfowenu.
USawuli wasekhuluma kuJonathani indodana yakhe lakuzo zonke inceku zakhe ukuthi babulale uDavida.
Kwathi umfana esehambile, uDavida wasukuma endaweni ebheke eningizimu, wawa ngobuso emhlabathini, wakhothama kathathu;
UJonathani wasesithi kuDavida: Hamba ngokuthula, ngoba safunga sobabili ebizweni le Nkosi, sathi: I Nkosi izakuba phakathi kwami lawe kuze kube nininini laphakathi kwenzalo yami lenzalo yakho. Wasuka wahamba, uJonathani wangena emzini.
Ngokuba nonke ningithandele ugobe, akakho ongitshela ukuthi indodana yami yenze isivumelwano nendodana kaJese; akakho phakathi kwenu ongihawukelayo noma ongitshela ukuthi indodana yami yangikhulisa. Inceku ingivukele ukuze ibuke njenganamuhla?
Benza isivumelwano bobabili phambi kukaJehova; uDavide wahlala ehlathini, uJonathani waya endlini yakhe.