U-Ishibhibenobi owayengowamadodana amaRefa, osisindo somkhonto wakhe sasingamashekeli angamakhulu amathathu ethusi, ebhince inkemba entsha, wacabanga ukuthi ubulele uDavide.
1 Samuweli 17:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Udondolo lomkhonto wakhe lwalunjengogongolo lomaluki; ikhanda lomkhonto wakhe lalingamashekeli angamakhulu ayisithupha ensimbi, nophethe isihlangu waphuma phambi kwakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uthi lomkhonto wakhe lwalunjengogongolo lomaluki; isihloko somkhonto sasingamashekeli* angamakhulu ayisithupha ensimbi; ophethe isihlangu wahamba phambi kwakhe. IsiZulu 2020 Uthi lomkhonto wakhe lwalunjengogongolo lomaluki; isihloko somkhonto sasingamashekeli ensimbi angama-600. Phambi kwakhe kwakuhamba ophethe isihlangu. |
U-Ishibhibenobi owayengowamadodana amaRefa, osisindo somkhonto wakhe sasingamashekeli angamakhulu amathathu ethusi, ebhince inkemba entsha, wacabanga ukuthi ubulele uDavide.
Kwaba khona enye impi namaFilisti eGobi, lapho u-Elihanani indodana kaJahare-oregimi waseBetlehema, umfowabo kaGoliyati, umGiti, omkhonto wakhe wawunjengogongolo lomaluki, wahlula khona.
Wabulala nowaseGibithe, umuntu omude, eyizingalo eziyisihlanu; esandleni sowaseGibithe kwakukhona umkhonto onjengogongolo lomaluki; wehlela kuye ephethe induku, wahlwitha umkhonto esandleni sowaseGibithe, wambulala ngomkhonto wakhe.
Kwabuye kwaba khona impi namaFilisti; u-Elihanani indodana kaJayire wabulala uLami umfowabo kaGoliyati umGiti, umkhonto wakhe wawunjengogongolo lwabaluki.
UmFilisti wasesiza, wasondela kuDavida; indoda ephethe isihlangu yaphuma phambi kwakhe.