IsiLilo 4:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Namakhanka ehlisa, ancelise amazinyane awo. Indodakazi yabantu bami isinonya, njengezintshe zasehlane. Veja o CapítuloIsiZulu 20203 Ngisho nezimpungushe ziyawancelisa amazinyane azo, kodwa abesifazane babantu bami, ababanaki abantwana babo, banonya njengezintshe zasendle. Veja o CapítuloContemporary Zulu Bible 20243 Ngisho nezilo zasolwandle zikhipha amabele azo, zincelise amazinyane azo; indodakazi yabantu bami isinonya njengezintshe zasogwadule. Veja o Capítulo |