Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 3:20 - Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Isixuku sabuye sabuthana, baze bahluleka ngisho nokudla isinkwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wayesefika ekhaya; isixuku sabuthana futhi, ababe besaba nathuba lokudla nasinkwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Kwathi lapho uJesu efika ekhaya, kwaphinde kwabuthana futhi isixuku, kangangokuthi uJesu nabafundi bakhe abakwazanga ukudla isinkwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Isixuku sabuye sabuthana, baze bahluleka ngisho nokudla isinkwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 3:20
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha yena waphuma, waqala ukumemezela kakhulu nokuyidalula leyondaba, kwaze kwaba yilapho uJesu engasenakukwazi ukungena emzini obala, kodwa waba ngaphandle ezindaweni eziyihlane;


Wabuye wangena eKapernawume emva kwezinsuku ezithile; kwezwakala ukuthi usendlini.


NoJuda Iskariyothe owamkhaphelayo, bangena endlini.


Kodwa uJesu wasuka wahamba labafundi bakhe, waya elwandle;


Wasekhuluma kubafundi bakhe ukuthi umkhunjana umlinde ngenxa yexuku, hlezi bammpitshe.


Wathi kubo: “Zanini nina nodwa endaweni eyihlane, niphumule isikhashana;


Kwathi esengene endlini evela exukwini, abafundi bakhe bambuza ngomfanekiso.


Esengene endlini, abafundi bakhe bambuza bebodwa, bathi: “Thina besingemkhiphe ngani na?


Wehla nabo, wema ethafeni, nesixuku sabafundi bakhe, nesixuku esikhulu sabantu abavela kulo lonke elaseJudiya neJerusalema, nasogwini lolwandle lwaseTire neSidoni, abeza ukuzomuzwa, bamlalele. ukuphulukiswa ezifweni zabo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ