Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 14:2 - Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Kodwa bathi: Kungabi ngomkhosi, hlezi kube khona isiyaluyalu ebantwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngakho bathi: “Makungabi ngomkhosi, kungaze kube khona isiyaluyalu esizweni.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Base bethi: “Makungabi ngomkhosi, funa kusuke isiyaluyalu esizweni.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kodwa bathi: Kungabi ngomkhosi, hlezi kube khona isiyaluyalu ebantwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 14:2
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Niyazi ukuthi emva kwezinsuku ezimbili kungumkhosi wePhasika, futhi iNdodana yomuntu izokhashelwa ukuba ibethelwe esiphambanweni.


Kodwa bathi: Kungabi ngomkhosi, hlezi kube khona isiyaluyalu ebantwini.


Ababhali nabapristi abakhulu bezwa lokho bafuna ukuthi bangambulala kanjani, ngokuba babemesaba, lokhu isixuku sonke samangala ngokufundisa kwakhe.


Kodwa uba sisithi: Kubantu; besaba abantu, ngokuba bonke bathi uJohane ungumprofethi impela.


Emva kwezinsuku ezimbili kwakukhona iPhasika nomkhosi wesinkwa esingenamvubelo; abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuthi bangambamba kanjani ngobuqili, bambulale.


Kwathi eseBethaniya endlini kaSimoni onochoko, ehlezi ekudleni, kwafika owesifazane ephethe umfuma we-alabaste wamafutha enadi lodwa elinenani elikhulu; wahlephula umfuma, wamthela ngawo ekhanda.


Kepha uma sithi: Kubantu; abantu bonke bazosikhanda ngamatshe, ngokuba bakholiwe ukuthi uJohane ungumprofethi.


Kwase kusondela umkhosi wesinkwa esingenamvubelo othiwa iPhasika.


AbaFarisi bakhuluma bodwa, bathi: “Niyabona ukuthi anisizi lutho na? bheka, umhlaba uyamlandela.


Ngakho abaningi esixukwini sebezwile leli zwi bathi: “Nempela lo ungumProfethi.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ