NgokukaMarku 13:9 - Baasraak Zulu New Testament Bible9 Kepha ziqapheleni nina, ngokuba bayakuninikela emikhandlwini; niyakushaywa emasinagogeni, niyiswe phambi kwababusi namakhosi ngenxa yami, kube ngubufakazi kubo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 “Kepha ziqapheleni nina. Bayakunikhaphela emiphakathini; niyakushaywa emasinagogeni;* niyakumiswa phambi kwababusi namakhosi ngenxa yami, kube ngubufakazi kubo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 “Ngakho-ke ziqapheleni nina. Bayakunikhaphela emikhandlwini, nishaywe emasinagogeni, nimiswe phambi kwababusi namakhosi ngenxa yami, kube ngubufakazi kubo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Kepha ziqapheleni nina, ngokuba bayakuninikela emikhandlwini; niyakushaywa emasinagogeni, niyiswe phambi kwababusi namakhosi ngenxa yami, kube ngubufakazi kubo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |