Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 1:53 - Baasraak Zulu New Testament Bible

53 Ubasuthisile abalambileyo ngezinto ezinhle; nabacebile wabamukisa bengenalutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

53 Abalambileyo ubasuthisile ngezinto ezinhle, abacebileyo ubamukise ze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

53 Usuthisile abalambileyo ngezinto ezinhle, abacebileyo wabahambisa bevathazela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

53 Ubasuthisile abalambileyo ngezinto ezinhle; nabacebile wabamukisa bengenalutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 1:53
21 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Babusisiwe abalambele, bomele ukulunga, ngokuba bayakusuthiswa.


Uyisizile inceku yakhe u-Israyeli, ekhumbula umusa wakhe;


Nibusisiwe nina enilambile manje, ngokuba niyakusuthiswa. Nibusisiwe nina enikhalayo manje, ngokuba nizakuhleka.


Kodwa maye kini lina elicebileyo! ngokuba seniyitholile induduzo yenu.


UJesu wathi kubo: “Mina ngiyisinkwa sokuphila; ozayo kimi kasoze alamba; okholwa yimi kasoze oma naphakade.


Ngokuba bhekani ukubizwa kwenu, bazalwane, ukuthi ababaningi abahlakaniphileyo ngokwenyama, ababaningi abanamandla, kababaningi abayizikhulu, ababiziweyo;


Senisuthi, manje senicebile, nabusa ngaphandle kwethu; bengithanda ukuba benibusa, ukuze nathi sibuse kanye nani.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ