Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 9:28 - Baasraak Zulu New Testament Bible

28 Esengene endlini, izimpumputhe zeza kuye; uJesu wathi kuzo: “Niyakholwa ukuthi ngingakwenza lokhu na? Basebesithi kuye: Yebo, Nkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Esengenile endlini, izimpumputhe zeza kuye. UJesu wathi kuzo: “Niyakholwa yini ukuthi ngingakwenza lokhu na?” Zathi kuye: “Yebo, Nkosi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

28 Esefikile endlini, izimpumputhe zeza kuye. UJesu wathi kuzo: “Niyakholwa yini ukuthi ngingakwenza lokhu na?” Zathi kuye: “Yebo, Nkosi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Esengene endlini, izimpumputhe zeza kuye; uJesu wathi kuzo: “Niyakholwa ukuthi ngingakwenza lokhu na? Basebesithi kuye: Yebo, Nkosi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 9:28
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha uJesu waphenduka wambona wathi: “Yima isibindi, ndodakazi; ukukholwa kwakho kukusindisile. Owesifazane wasinda kusukela kulelo hora.


Bheka, kwafika onochoko, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi, uma uthanda, ungangihlambulula.


UJesu wathi kuye: “Angishongo yini kuwe ukuthi, uma ukholwa, uzakubona inkazimulo kaNkulunkulu na?


Nalowo ophilayo ekholwa yimi kasoze afa naphakade. Uyakukholwa lokhu na?


Njalo akenzanga lapho imisebenzi yamandla eminengi ngenxa yokungakholwa kwabo.


Kwathi uJesu esengenile endlini kaPetro, wabona umkhwekazi wakhe elele elomkhuhlane.


Khona uJesu wabamukisa abantu, wangena endlini; abafundi bakhe beza kuye, bathi: “Sitshele umfanekiso wokhula lwensimu.


UJesu esesukile lapho, izimpumputhe ezimbili zamlandela, zamemeza zathi: “Sihawukele, Ndodana kaDavide!


Khona wathinta amehlo azo, wathi: “Makwenzeke kini njengokukholwa kwenu.


Ngalolo suku uJesu waphuma endlini, wahlala ngaselwandle.


Yona yamuzwa uPawuli ekhuluma, owayigqolozela, ebona ukuthi ulokholo lokusiliswa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ