Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 28:1 - Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Ekupheleni kwesabatha, ngovivi ngolokuqala lweviki, kwafika uMariya Magdalena nomunye uMariya, bezobona ithuna.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kepha ekupheleni kwesabatha ngovivi lolokuqala lweviki kwafika uMariya Magdalena nomunye uMariya, beza ukuyobona iliba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Kwathi seledlulile isabatha, ekuseni kusempondozankomo, ngosuku lokuqala lweviki, kwafika uMariya Magdalena nomunye uMariya, ukuzobona iliba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ekupheleni kwesabatha, ngovivi ngolokuqala lweviki, kwafika uMariya Magdalena nomunye uMariya, bezobona ithuna.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 28:1
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

phakathi kwabo kwakukhona uMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe noJose, nonina wamadodana kaZebedewu.


Kwakukhona lapho uMariya Magdalena nomunye uMariya, behlezi malungana nethuna.


Base bebuya, balungisa amakha namafutha; waphumula ngosuku lwesabatha ngokomthetho.


Kwathi ngolokuqala lweviki, kusesekuseni kakhulu, bafika ethuneni bephethe amakha ababewalungisile, labanye kanye labo.


Yebo, nabesifazane abathile bakithi basethusile, abeze ethuneni ekuseni;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ