Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 22:24 - Baasraak Zulu New Testament Bible

24 besithi: Mfundisi, uMozisi wathi: Uba indoda isifa ingelamntwana, umfowabo kamngene umkakhe, amvusele umfowabo inzalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 bathi: “Mfundisi, uMose wathi: ‘Uma umuntu efa engenabantwana, umfowabo kamngene umkakhe, amvusele umfowabo inzalo.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 bathi: “Mfundisi, uMose wathi: ‘Uma umuntu efa engazele bantwana, umfowabo makamngene umkakhe, amvusele umfowabo umuzi.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Besithi: Mfundisi, uMozisi wathi: Uba indoda isifa ingelamntwana, umfowabo kamngene umkakhe, amvusele umfowabo inzalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 22:24
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bathuma kuye abafundi babo kanye nabakaHerode, bathi: “Mfundisi, siyazi ukuthi uqinisile, ufundisa indlela kaNkulunkulu ngeqiniso, awukhathali ngamuntu, ngokuba awubheki ubuso babantu.


Kwakukhona kithi izelamani eziyisikhombisa; owokuqala esethethe umfazi, wafa, engenanzalo, watshiya umkakhe kumfowabo.


Mfundisi, imuphi umyalo omkhulu emthethweni na?


Akusibo bonke abathi kimi: Nkosi, Nkosi, abayakungena embusweni wezulu; kodwa lowo owenza intando kaBaba osezulwini.


Mfundisi, uMose wasilobela ukuthi: “Uma kufa umfowabo womuntu, eshiya umkakhe engashiyi bantwana, umfowabo makamthathe umkakhe, amvusele umfowabo inzalo.


bathi: “Mfundisi, uMose wasilobela ukuthi: “Uma kufa umfowabo womuntu enomfazi, kepha engenabantwana, umfowabo makamthathe umkakhe, amvusele umfowabo inzalo.


Ngakho-ke ekuvukeni uyakuba ngumkabani kubo na? ngokuba abayisikhombisa babe naye engumkabo.


Ningibizelani ngokuthi: ‘Nkosi, Nkosi,’ kodwa ningakwenzi engikushoyo na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ