Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 21:23 - Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Esangena ethempelini, abapristi abakhulu namalunga esizwe beza kuye esafundisa, bathi: “Lokhu uzenza ngagunya lini na? njalo ngubani okunike leligunya?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kuthe engena ethempelini, kweza kuye abapristi abakhulu namalunga esizwe, esafundisa, bathi: “Ukwenza lokhu ngagunya lini na? Futhi ngubani okunike leli gunya na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Kuthe esengene ethempelini, esafundisa, kweza kuye abaphristi abakhulu namalunga esizwe, bathi: “Ukwenza ngagunya lini lokhu na? Futhi ngubani okunike leli gunya?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Esangena ethempelini, abapristi abakhulu namalunga esizwe beza kuye esafundisa, bathi: “Lokhu uzenza ngagunya lini na? njalo ngubani okunike leligunya?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 21:23
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wasesithi kubo; Yanini nani esivinini, futhi ngizoninika noma yini efanele. Bahamba-ke.


UJesu waphendula, wathi kubo: “Nami ngizakunibuza izwi libe-linye; uma ningitshela khona, nami ngizalitshela ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.


UJesu waphuma wamuka ethempelini; abafundi bakhe beza kuye ukumbonisa izakhiwo zethempeli.


Ngaleso sikhathi uJesu wathi ezixukwini: “Niphumele ukungibamba niphethe izinkemba nezinduku njengokuya kumphangi na? Bengihlezi kini insuku zonke ethempelini ngifundisa, aningibambanga.


Wayefundisa ethempelini imihla ngemihla. Kepha abapristi abakhulu nababhali nezikhulu zabantu bafuna ukumbulala;


Kwathi ngolunye lwalezo zinsuku efundisa abantu ethempelini, eshumayela ivangeli, kwafika kuye abapristi abakhulu nababhali kanye namalunga;


Sebebamisile phakathi, babuza bathi: Lokhu likwenze ngamaphi amandla kumbe ngaliphi ibizo?


Kepha lowo owayemonile umakhelwane wakhe wamsunduza, wathi: ‘Ubekwe ngubani umbusi nomahluleli phezu kwethu na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ