Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 17:5 - Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Esakhuluma, bheka, ifu elikhanyayo labasithibeza; bheka, kwavela izwi efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo; yizweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Esakhuluma, bheka ifu elikhanyayo labasithibeza; bheka, kwavela izwi efwini, lathi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo; yizweni.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Esakhuluma, kwafika ifu elikhanyayo labemboza, kwezwakala izwi livela efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo, engithokozile ngayo; yilaleleni.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Esakhuluma, bheka, ifu elikhanyayo labasithibeza; bheka, kwavela izwi efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo; yizweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 17:5
38 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bheka, inceku yami engiyikhethileyo; othandiweyo wami othokoza kuye umphefumulo wami;


Kwathi abafundi bekuzwa, bawa ngobuso, besaba kakhulu.


Bheka, kwavela izwi ezulwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo.


Kwavela izwi ezulwini, lithi: “Wena uyiNdodana yami ethandekayo, engithokozile ngayo.


Kwase kuba khona ifu, labasithibeza, kwavela izwi efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo;


UMoya oNgcwele enesimo somzimba njengejuba wehlela phezu kwakhe, kwavela izwi ezulwini, lithi: “Wena uyiNdodana yami ethandekayo; ngiyathokoza ngawe.


Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa, ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade.


UYise uyayithanda iNdodana, njalo unikele zonke izinto esandleni sayo.


Naye uBaba ongithumileyo ufakazile ngami. Anikaze nilizwe izwi lakhe, anisibonanga isimo sakhe.


Esetshilo lezizinto, bekhangele wakhutshulwa; ifu lamsusa emehlweni abo.


Nguye lo uMozisi owathi kubantwana bakoIsrayeli: INkosi uNkulunkulu wenu izalivusela umprofethi kubazalwane benu onjengami; yena lizamuzwa.


kube yinkazimulo yenkazimulo yomusa wakhe asenze ngawo umusa ngothandiweyo.


owasikhulula emandleni obumnyama, wasesisa embusweni weNdodana yakhe ethandekayo;


futhi esephelelisiwe, waba yinhloko yensindiso ephakade kubo bonke abamlalelayo;


Bheka, uyeza namafu; namehlo onke ayakumbona, nabamgwazayo, nezizwe zonke zomhlaba ziyakulila ngaye. Noma kunjalo Amen.


Ngase ngibona, bheka, ifu elimhlophe, naphezu kwefu kwakuhlezi ofana neNdodana yomuntu, enomqhele wegolide ekhanda layo, nasesandleni sakhe isikela elibukhali.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ